EZIHAMBAPHAMBILI
UJABULANI KHUMALO BEZAMA UKUKETULA UMONGAMELI WEMK UJACOB ZUMA KODWA ABOKHETHO BAMCHITHA
Kuvela imibiko eminingi ekuseni namhlanje ngoLwesibili, 07 kuMbasa 2024, ezinkundleni zokuxhumana nalapho biveza ukuthu ongumsunguli weqembu leMK umnumzane Jabulane Khumalo ubhalele inhlangano yokwetho kuleli LaseNingizimu Afrika. Legcwadi bithi akwehle uMsholozi ekubeni ubuso benhlangano aphinde abe umholi wenhlangano ngoba zibheke okhethweni.
Inhlangano yokhetho eyaziwa nge Independent Eletroral Commission (IEC) ikuqinisekisile ukuthi wonke lamahemu hemu abekhona ngencwadi ebhalwe uKhumalo beyiqiniso. Bayitholile incwadi ebhalwe uJabulani Khumalo ngaphinsi kweMK ngokusho kwakhe. Kulencwadi uKhumalo bephoqa ukuthi ikhomishini yokhetho isuse uZuma njengo buso beqembu woMkhonto Wesizwe kanye nokuba uMongameli.
Inhlangano yokhetho ibe isiziqelanisa nescelo sikaKhumalo yathi yona ayingeni ezindabeni zamaqembu ezombusazwe. Ngokwamaphepha abhalwe phansi asayinwa uMnumzane Jacob Zuma uyena obhaliswe njengomholi weqembu leMK. Lokhu kwenzeka ngenyanga eyedlule mhla zi10 April 2024.
KUDUTSHULWE KWABULAWA INDODA EMAWOTANA ENANDA IYONGENA KWAYO.
Kubulawe umuntu ngesihluku eMawotana esendaweni yaseNanda eyilokishi eliseNyakatho yeTheku esifundazweni kwaZulu-Natal. Lomlisa oneminyaka engamashumi amathathu nambili…
UBOSHIWE UMLISA OWADLWENGULA INDODAKAZI YESINQANDAMATHE SAKHE.
Umlisa onamashumi amathathu nantathu 33 obudala waseLimpopo osolwa ngokunukubeza ngokocansi indodakazi yesinqandamathe sakhe eneminyaka eyishumi nanhlanu…
SEKUSHONE ABESIFAZANE ABABILI KUSHAYISANA ITEKISI NEMOTO ENCANE EVERULAM.
Namhlanje ekuseni ngoLwesibili, 30 kuMbasa 2024,ngezikhathi zasekuseni, sekushayisane itekisi ebiphuthumisa abantu emsebenzini kanye nemoto encane. Lengozi…
USINDE NGOKULAMBISA OSOMABHIZINISI OBEDUNTULWA OTTAWA-KZN
Umlisa ongumacaphuna kusale usesinde bethi bamuqeda ngezulu lezandla. Kubikwa ukuthi amadoda abehlome ezingovolo avulele ngenhlamvu imoto…
KUTHOLWE IZIDUMBU ZOWESILISA NESIFAZANE EMAWOTI ENANDA.
Umphakathi waseMawoti, eNanda okuyilokishi laseThekwini ngaphansi kwesifundazwe saKwaZulu-Natal, uzwe ukuqhuma kwesibhamu amahlandla amaningi endlini thizeni abakhelene…
IQEMBU Le ANC LEHLULEKILE UKUVIMBELA IMK UKUSEBENZISA UMKHONTO
Inhlangano ebusayo kuleli laseNingizimu Africa okuyiAfrican National Congress (ANC) ihluleke yancama ukuvimbela iqembu Elisha elaziwa ngoMkhonto…
UMALUME UDLWENGULE INGANE ENEMINYAKA EMIHLANU
Indoda ethutha izingane zesikole abadume ngomalume unukubeze ngokocansi ingane eneminyaka emihlanu ubudala. Lesgameko senzeke ngoMsombuluko mhla…
AMAPHOYISA ASEBOPHE ABAYISITHUPHA ABEYAMANISWA NOKUDUNWA KUPHINDE KUBULAWE UMDLALI WEKAIZER CHIEFS
Ithimba ebeliqokwe uCommissioner Lieutenant General Tommy Mthombeni wesifundazwe saseGauteng, ukuba lithungathe liphinde libambe imigulukudu eyaduna imoto…
AMAHOLIDI EPHASIKA AWABANGA MAHLE KWENINYE IMINYENI.
Amaphoyisa aseThohoyandou athungatha owesilisa kulandela ukudubula ebilale unkosikazi wakhe enzonzweni yephasika. Lesgameko senzeke endaweni yaseMakonde egodini…