EZEMIDLALO

AMAPHOYISA ASEBOPHE ABAYISITHUPHA ABEYAMANISWA NOKUDUNWA KUPHINDE KUBULAWE UMDLALI WEKAIZER CHIEFS

Ithimba ebeliqokwe uCommissioner Lieutenant General Tommy Mthombeni wesifundazwe saseGauteng, ukuba lithungathe liphinde libambe imigulukudu eyaduna imoto yomdlali weKaizer Chiefs yaphinde yamubulala. Labasolwa abayisithupha balandeliwe bazebatholakala eSlovoville,eSoweto,namhlanje ekuseni ngoLwesithathu, zi10 kuMbasa 2024,nalapho beboshelwe khona kwaphinde kwatholwa nemoto. Imoto kodwa itholakale izicuyiwe sekusele igobhozi. Labasolwa abatholakele kusolakala ukuthi bayigxenye yeqembu lemigulukudu eduna izimoto esifundazweni saseGauteng, nokukholakala ukuthi […]

AMAPHOYISA ASEBOPHE ABAYISITHUPHA ABEYAMANISWA NOKUDUNWA KUPHINDE KUBULAWE UMDLALI WEKAIZER CHIEFS Read More »

Umqeqeshi WeBafana Bafana uBroos Umemeźele Abadlali Azohlunga Kubo Abazosimela Kweyobungani eAlgeria.

Izolo ngoLwesine mhlaka 07 kuNdasa 2024, umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos ubize isikwata sakhe esabadlali abangamashumi amathathu nambili 32 abazomela izwe lakuleli emidlalweni ezoba khona yobungani ngesikhathi sekhefu eligunyazwe abaphathi bebhola emhlabeni wonke iFifa, lemidlalo izoba sezweni lase Algeria kuyo lenyanga. Lemidlalo engaphansi kweFifa izoqala ukudlala ziyi18 kuya ema 26 kuNdasa 2024 kuzobe kungokokuqala uBroos

Umqeqeshi WeBafana Bafana uBroos Umemeźele Abadlali Azohlunga Kubo Abazosimela Kweyobungani eAlgeria. Read More »

UMDLALI WEQEMBU LASESPAIN UZOMISWA IMIDLALO EMIBILI KWILA LIGA.

Emdlalweni obukhona ngempela sonto, umdlali ogqamile weqembu iReal Madrid, uJude Bellingham unikezwe isigwebo sokumiswa imidlalo emibili yeLigi engadlali,lapho iziphathi mandla bezicubungula ukuthola kwakhe ikhadi elibomvu emdlalweni abawudlala ngokulingana ngamagoli amabili neqembu iValencia. Lesinqumo samangaza abathandi bebhola abaningi emhlabeni wonke jikelele,nabalandeli babezisholo okwabo kanye nabahlaziyi behlaziya ngokwabo. Lesidumo esenzeka zibambene kuwongaphansi ongaphezulu engekho ofuna ukugoba phakathi

UMDLALI WEQEMBU LASESPAIN UZOMISWA IMIDLALO EMIBILI KWILA LIGA. Read More »

AKASEKHO EMHLABENI USPHIWE”DR MNANDI” MKHONZA.

Lowo owayengumdlali webhola emaqenjini ebhola lakuleli ahlukahlukene akasekho emhlabeni emva kokunxinwa ukugula isikhathi eside. USphiwe Ignatius Mkhonza owazalwa zimbili kuMasingana 1979, elokishini laseGauteng,iSprings. Wayengumdlali wasemuva emaqenjini akawadlalela naseqenjini lesizwe lakuleli iBafana Bafana. UMkhonza udlale emaqenjini amaningi akuleli ahlukahlukene sibala Bloemfontein Celtics, Ria Stars,Lamontville Golden Arros,Kaizer Chiefs,Supersport United, Maritzburg United, AmaZulu Fc kanye neBlack Leopards wakwazi

AKASEKHO EMHLABENI USPHIWE”DR MNANDI” MKHONZA. Read More »

PAUL POGBA UMISIWE EBHOLENI IMINYAKA EMINE EMVA KOKUTHOLAKALA NESIKHUTHAZI ESINGAVUMELEKILE EGAZINI LAKHE.

Umdlali weqembu lebhola elikhuli eItaly okuyiJuventus,ongowokudabuka ezweni laseFrance,lapho akadlala khona esiswini ogama lakhe nguPaul Pogba oneminyaka engamashumi amathathu 30 ubudala. Wahlolwa mhla 20 kuNcwaba emva komdlalo wokuqala weqembu lakhe iJuventus livula isizini. Lomdlali oke wagijima eqenjini lebhola laseNgilandi iManchester United wamiswa ngoMandulo emva kokutholakala ukuthi izidakamizwa ziphezulu emzimbeni wakhe. Umphathi walomdlali uthe uzosidlulisela phambili isinqumbo

PAUL POGBA UMISIWE EBHOLENI IMINYAKA EMINE EMVA KOKUTHOLAKALA NESIKHUTHAZI ESINGAVUMELEKILE EGAZINI LAKHE. Read More »

UMDLALI WASEBRAZIL USELAHLWE ICALA LOKUDLWENGULA.

Owayengumdlali webhola wezwe laseBrazil,aphinde abe isiqonqwane sasemuva seqembu lebhola laseSpain,iBarcelona Fc okungu Deni Alves omeminyaka engamashumi amane 40 inkantolo yaseBarcelona isimthole enecala lokunukubeza ngokocansi nalapho akagwetshwe iminyaka emine nezinyanga eziisithupha ebhadla ejele. Inkantolo yaseBarcelona imthole lomdlali enecala lokunukubeza ingane encane nokuthiwa wahlangana nayo ezindaweni zobumnandi (nightclub) ngonyaka ka 2022. Lesinqumo siphume emva kwamajaji amathathu abehleli

UMDLALI WASEBRAZIL USELAHLWE ICALA LOKUDLWENGULA. Read More »

ISWALLOWS IMKHOMBE INDLELA UKOMPELA.

IMoroka Swallows isikhiphe isitatimende sokugqabuka kwegoda phakathi kwayo nomqeqeshi uSteve Kompela, lomqeqeshi akabanga nesizini enhle ezinyonini zaseDube njengoba emidlalweni eyishumi unqobe emibili kuphela kwathi emithathu wadlala ngokulingana lena eminyeke emihlanu wakhala ngaphansi. Lapho sobalula nomdlalo obungalempelasonto lapho iMoroka Swallows bidlala khona nePolokwane City nakuwo lowomdlalo ebiwudlalela ekhaya eDobsonville iphinde yaguqa ngegoli elilodwa elivalelwe M S

ISWALLOWS IMKHOMBE INDLELA UKOMPELA. Read More »

UTHEMBINKOSI LORCH USEHLUKENE NONATASHA

Sekuvele ukuthi umdlali webhola uThembinkosi Lorch usehlukene nesnqandamathe sakhe esiphinde sibe umama wengane yakhe lomdlali webhola uNatasha Thahane. ULorch usanda kushiya abalandeli bebhola ikakhukazi be Orlando Pirates eya kuMamelodi Sundowns. Sekubonakale ekhasini le instragremu likaNatasha Thahane ongumlingisi wemidlalo yeshashalazi nakumabona kude lapho ebhale ukuthi yena noThembinkosi Lorch bazikhethele ukuthi bahlukane ngezindlela zikamathandlana, kodwa basazoqhubeka bebe

UTHEMBINKOSI LORCH USEHLUKENE NONATASHA Read More »

ICAPE TOWN CITY ISIHLABANE NGOMDLALI WE LEICESTER CITY.

Iqembu lebhola laseKapa selishicilele emabhukwini aso umdlali obegijimele Iqembu lebhola laseNgilande iLeicester City. Lomdlali onguThakgalo Khanya Leshabelo oneminyaka engamashumi amabili nane ongowokudabuka esifundazweni saseLimpompo, edolobheni iSoshanguve. Lensizwa izalelwe eLimpompo yase ikhulela kwelamaNgisi endaweni iNorthamton, nalapho akadlale khona ibhola kodwa ufike eqenjini leLeicester esemcane kakhulu ngoba ufike khona ngo2013 lapho abeneminyaka eyishumi nane 14 ubudlala okuthe

ICAPE TOWN CITY ISIHLABANE NGOMDLALI WE LEICESTER CITY. Read More »

LIONEL MESSI UBONGE ABALANDILI UKUSEKA EMDLALWENI WOKUZILOLONGELA UKUQALA KWESIZINI.

Lomdlali weqembu laseMelika aphinde abe ukapteni wezwe lase Argentina uMessi uphakamise isandla esephuma enkundlebi,lapho ebekade ebonga abalandeli abahlale bebasekele behamba nabo noma ngabe bayodlala kude noma eduze. Izolo ngoLwesine iqembu Inter Miami belinomdlalo walo wokuzilolonga wokugcina ngaphambi kokuqala kwemidlalo. Lapho bincweka neqembu lika Messi owayelidlalela ebunganeni bake. Messi akabanga nenhlanhla yokushaya inqaku kulomdlalo, nalapho akaphinde

LIONEL MESSI UBONGE ABALANDILI UKUSEKA EMDLALWENI WOKUZILOLONGELA UKUQALA KWESIZINI. Read More »