KUBANJWE IZINYOKA NEThusi (COPPER) ELINGADAYISWA R500 000.

Ngolwesithathu, zingamashumi amabili (20) kuNdasa 2024 uphiko lwamaphoyisa olwaziwa nge Economic Infrastructure Task Team (EITT) ilunywe…

KUDUNTSHULWE ABALISA ABATHATHU ESHOWE ABASOLWA NGOKUBA IZINKABI.

Izolo ngoLwesine ntambama, 21 kuNdasa 2024 kudunsulwe kwabulawa abesilisa abathathu abasolwa ngokuba izinkabi.Kuthiwa yibona abaqale badubula…

UGWETSHWE ODILIKA JELE ABABILI UMSHAYELI KABOLT/UBER NGOKUDLWENGULA EPHINDE ETHUMBE ABAGIBELI BAKHE.

Umshayeli wezimoto ezincane ezithutha abantu oUber/Bolt, uEmmanuel Mudau oneminyaka engamashumi amathathu (30) ubudala ugwentshwe odilika jele…

KUGASELE OKLEBE EMZINI KASOMLOMO WEPHALAMENDE UNOSIVIWE MAPISA-NQAKULA ASHAQA IMPAHLA.

Kugasele amaphoyisa aziwa ngoklebe (hawks) emzini kasomlomo wephalamende wakuleli,kulandela izinsolo zokwamukela amantshontsho ngesikhathi esewuNgqongqoshe wezokuvikela nokuphepha…

USEXOLISILE UDUMA NGOKUNGAZIPHATHI KAHLE KWAKHE PHAMBI KWESILO SAMAZULU LAPHO BELWISA UNDUNANKULU KAZULU.

Usihlalo kaANC kwaZulu-Natal uSiboniso Duma usexolisile eSilweni uMisuzulu kaZwelithini nakumongameli wezwe uCyril Ramaphosa oveze lesenzo sikaDuma…

AMAPHOYISA ABOPHE ABATHATHU NGOKUDUNA IZIMOTO ENDAWENI YASECHATSWORTH,ETHEKWINI.

Ngokuphazima kweso amaphoyisa aseChatsworth abambe imugulukudu emibili esolwa ngokuqola izimoto zabantu. Ebusuku bangoLwesthathu amaphoyisa asukumele phezulu…

UNKOSIKAZI UGWETSHIWE NGOKUBULALA UMKHWENYANA OYIPHOYISA.

UAndiswa Nqiqi oneminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili (38) ubudala ongowesimame, ugwetshwe iminyaka emihlanu esejele,kuthi eminye emihlanu nezinyanga…

ODUBULE WABULALA IPHOYISA WAPHINDE WALIKHUTHUZA ECLERMONT NAYE USEYOLUSA AMADADA.

Uphathi wamaphoyisa kwaZulu-Natal uLieutennt General Nhlanhla Mkhwanazi uwashayele elikhulu ihlombe amaphoyisa asebenze ngokukhulu ukuzikhandla ekutholeni umgulukudu…

ABEBEBHEKELWA UKWEBA INYAMA BATHOLAKALE NENQWABA YAMACALA.

Amaphoyisa aseKapa aziwa ngeCape Town K9 Units athole umkhondo owaholele ekutheni egcine ebophe abasolwa abayisithupha ngamacala…

KUBOSHWE UMLISA OTHOLAKALE NELAHLE.

Amaphoyisa aseChatsworth abehamba ebheka endaweni yakhona eChatsworth ukuthi akekho yini oyisaphulamthetho,nalapho athuke esezithela kwinsizwa eneminyaka engamashumi…