Umlisa owabonakala kwividiyo edubula abantu ngokubabamba inkunzi, esthombe sakhe sigijime kakhulu ezinkundleni zokuxhumana ngenhloso yokuthi atholakale.…
Tag: Izindaba ngesizulu
OBENGAPHANDLE NGEBHEYILI UDUTSHULWE AMAPHOYISA WASHONA EMVA KOKUTHUMBA INKINSELA YASE BENONI.
Lesgebengu sendoda besingaphandle ngebheyili emva kokuboshelwa amacala angamashumi amabili nesishiyagalolunye (29) okutshotsha,nokuduna izimoto nawokukhwabanisa. Abakwasidlodlo bamthele…
INDODANA EHLUKUNYEZWA UYISE KODWA UNINA UVIKELA UYISE NGOKUTHI UQONDISA IGWEGWE
Isihluku esinyantisa igazi esenziwa ubaba wengane yomfana lapho akayishayisa okwesilwane kodwa yena ethi uqondisa igwegwe enganeni.…
KUBANJWE IMIGULUKUDU EBIQOLA ABANTU NGOKUBADAYISELA AMANGA EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA
Amaphoyisa aseTshwane abambe iqembu lemigulukudu elidume ngokudayisela abantu izinto ezingekho ezinkundleni zokuxhumana. Kubenokudubulana phakathi kwamaphoyisa kanye…
KUDUNWE ILOLI NAMATEKU AKWA ADIDAS INTENGO YAWO ELINGANISELWA EZIGIDINI EZIYISIKHOMBISA ZAMARANDI (R7M)
Kutshotshwe amaketi ohlobo lwe Adidas alinganiselwa ezigidini eziyisikhombisa zamarandi (R7 Million) ngeskhathi kudunwa iloli nenqola yalo…
UBOSHIWE UMLISA OWADLWENGULA INDODAKAZI YESINQANDAMATHE SAKHE.
Umlisa onamashumi amathathu nantathu 33 obudala waseLimpopo osolwa ngokunukubeza ngokocansi indodakazi yesinqandamathe sakhe eneminyaka eyishumi nanhlanu…
SEKUSHONE ABESIFAZANE ABABILI KUSHAYISANA ITEKISI NEMOTO ENCANE EVERULAM.
Namhlanje ekuseni ngoLwesibili, 30 kuMbasa 2024,ngezikhathi zasekuseni, sekushayisane itekisi ebiphuthumisa abantu emsebenzini kanye nemoto encane. Lengozi…
USINDE NGOKULAMBISA OSOMABHIZINISI OBEDUNTULWA OTTAWA-KZN
Umlisa ongumacaphuna kusale usesinde bethi bamuqeda ngezulu lezandla. Kubikwa ukuthi amadoda abehlome ezingovolo avulele ngenhlamvu imoto…
KUTHOLWE IZIDUMBU ZOWESILISA NESIFAZANE EMAWOTI ENANDA.
Umphakathi waseMawoti, eNanda okuyilokishi laseThekwini ngaphansi kwesifundazwe saKwaZulu-Natal, uzwe ukuqhuma kwesibhamu amahlandla amaningi endlini thizeni abakhelene…
IQEMBU Le ANC LEHLULEKILE UKUVIMBELA IMK UKUSEBENZISA UMKHONTO
Inhlangano ebusayo kuleli laseNingizimu Africa okuyiAfrican National Congress (ANC) ihluleke yancama ukuvimbela iqembu Elisha elaziwa ngoMkhonto…