Amaphoyisa aseDennilton,esesifundeni iSekhukhune esifundazweni saseLimpopo abophe owesifazene oneminyaka engamashumi amathathu nantathu (33) obudala ngemuva kokudubula ebulale…
Tag: Kzn
UMPHAKATHI UTHE UKUXOXA NENDODA EBINYONYOBELA IZINGANE ZAMANTOMBAZANE.
Umlisa oneminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye ubudala (29) nodabuka ezweni elingomakhelwane naleli okuyi Malawi, ubanjwe umphakathi wamfaka…
KUDUNWE ILOLI NAMATEKU AKWA ADIDAS INTENGO YAWO ELINGANISELWA EZIGIDINI EZIYISIKHOMBISA ZAMARANDI (R7M)
Kutshotshwe amaketi ohlobo lwe Adidas alinganiselwa ezigidini eziyisikhombisa zamarandi (R7 Million) ngeskhathi kudunwa iloli nenqola yalo…
SEKUSHONE ABESIFAZANE ABABILI KUSHAYISANA ITEKISI NEMOTO ENCANE EVERULAM.
Namhlanje ekuseni ngoLwesibili, 30 kuMbasa 2024,ngezikhathi zasekuseni, sekushayisane itekisi ebiphuthumisa abantu emsebenzini kanye nemoto encane. Lengozi…
KUTHOLWE IZIDUMBU ZOWESILISA NESIFAZANE EMAWOTI ENANDA.
Umphakathi waseMawoti, eNanda okuyilokishi laseThekwini ngaphansi kwesifundazwe saKwaZulu-Natal, uzwe ukuqhuma kwesibhamu amahlandla amaningi endlini thizeni abakhelene…
KUBANJWE IZINYOKA NEThusi (COPPER) ELINGADAYISWA R500 000.
Ngolwesithathu, zingamashumi amabili (20) kuNdasa 2024 uphiko lwamaphoyisa olwaziwa nge Economic Infrastructure Task Team (EITT) ilunywe…
KUDUNTSHULWE ABALISA ABATHATHU ESHOWE ABASOLWA NGOKUBA IZINKABI.
Izolo ngoLwesine ntambama, 21 kuNdasa 2024 kudunsulwe kwabulawa abesilisa abathathu abasolwa ngokuba izinkabi.Kuthiwa yibona abaqale badubula…
USEXOLISILE UDUMA NGOKUNGAZIPHATHI KAHLE KWAKHE PHAMBI KWESILO SAMAZULU LAPHO BELWISA UNDUNANKULU KAZULU.
Usihlalo kaANC kwaZulu-Natal uSiboniso Duma usexolisile eSilweni uMisuzulu kaZwelithini nakumongameli wezwe uCyril Ramaphosa oveze lesenzo sikaDuma…
AMAPHOYISA ABOPHE ABATHATHU NGOKUDUNA IZIMOTO ENDAWENI YASECHATSWORTH,ETHEKWINI.
Ngokuphazima kweso amaphoyisa aseChatsworth abambe imugulukudu emibili esolwa ngokuqola izimoto zabantu. Ebusuku bangoLwesthathu amaphoyisa asukumele phezulu…
ODUBULE WABULALA IPHOYISA WAPHINDE WALIKHUTHUZA ECLERMONT NAYE USEYOLUSA AMADADA.
Uphathi wamaphoyisa kwaZulu-Natal uLieutennt General Nhlanhla Mkhwanazi uwashayele elikhulu ihlombe amaphoyisa asebenze ngokukhulu ukuzikhandla ekutholeni umgulukudu…