EZIHAMBAPHAMBILI

UBHALE KUFACEBOOK UKUTHI USEYAZIBOLALA.

Umlisa oneminyaka engamashumi amane nambili (42) ubudala wasendaweni iMhlasini eVerulam esifundazweni saKwaZulu-Natal, ubhale kufacebook ukuthi umhlaba…

UMPHAKATHI UTHE UKUXOXA NENDODA EBINYONYOBELA IZINGANE ZAMANTOMBAZANE.

Umlisa oneminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye ubudala (29) nodabuka ezweni elingomakhelwane naleli okuyi Malawi, ubanjwe umphakathi wamfaka…

UGCINE EKHALELWE AMASONGO KASGONYELA UMLISA AWABULALA ABAKWA SASKO.

Umlisa owabonakala kwividiyo edubula abantu ngokubabamba inkunzi, esthombe sakhe sigijime kakhulu ezinkundleni zokuxhumana ngenhloso yokuthi atholakale.…

OBENGAPHANDLE NGEBHEYILI UDUTSHULWE AMAPHOYISA WASHONA EMVA KOKUTHUMBA INKINSELA YASE BENONI.

Lesgebengu sendoda besingaphandle ngebheyili emva kokuboshelwa amacala angamashumi amabili nesishiyagalolunye (29) okutshotsha,nokuduna izimoto nawokukhwabanisa. Abakwasidlodlo bamthele…

INDODANA EHLUKUNYEZWA UYISE KODWA UNINA UVIKELA UYISE NGOKUTHI UQONDISA IGWEGWE

Isihluku esinyantisa igazi esenziwa ubaba wengane yomfana lapho akayishayisa okwesilwane kodwa yena ethi uqondisa igwegwe enganeni.…

KUBANJWE IMIGULUKUDU EBIQOLA ABANTU NGOKUBADAYISELA AMANGA EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA

Amaphoyisa aseTshwane abambe iqembu lemigulukudu elidume ngokudayisela abantu izinto ezingekho ezinkundleni zokuxhumana. Kubenokudubulana phakathi kwamaphoyisa kanye…

UKLABHE WABULALA UMNGANI WAKHE BEPHUZA.

Uklabhe wabulala umngani wakhe abekade ephuza naye utshwala. Lesgameko senzeke emijondolo yaseRiyadh, eseVerulam okuyidolobha elisenyakatho yeTheku…

KUDUNWE ILOLI NAMATEKU AKWA ADIDAS INTENGO YAWO ELINGANISELWA EZIGIDINI EZIYISIKHOMBISA ZAMARANDI (R7M)

Kutshotshwe amaketi ohlobo lwe Adidas alinganiselwa ezigidini eziyisikhombisa zamarandi (R7 Million) ngeskhathi kudunwa iloli nenqola yalo…

UJABULANI KHUMALO BEZAMA UKUKETULA UMONGAMELI WEMK UJACOB ZUMA KODWA ABOKHETHO BAMCHITHA

Kuvela imibiko eminingi ekuseni namhlanje ngoLwesibili, 07 kuMbasa 2024, ezinkundleni zokuxhumana nalapho biveza ukuthu ongumsunguli weqembu leMK umnumzane Jabulane Khumalo ubhalele inhlangano yokwetho kuleli LaseNingizimu Afrika. Legcwadi bithi akwehle uMsholozi ekubeni ubuso benhlangano aphinde abe umholi wenhlangano ngoba zibheke okhethweni.

Inhlangano yokhetho eyaziwa nge Independent Eletroral Commission (IEC) ikuqinisekisile ukuthi wonke lamahemu hemu abekhona ngencwadi ebhalwe uKhumalo beyiqiniso. Bayitholile incwadi ebhalwe uJabulani Khumalo ngaphinsi kweMK ngokusho kwakhe. Kulencwadi uKhumalo bephoqa ukuthi ikhomishini yokhetho isuse uZuma njengo buso beqembu woMkhonto Wesizwe kanye nokuba uMongameli.

Inhlangano yokhetho ibe isiziqelanisa nescelo sikaKhumalo yathi yona ayingeni ezindabeni zamaqembu ezombusazwe. Ngokwamaphepha abhalwe phansi asayinwa uMnumzane Jacob Zuma uyena obhaliswe njengomholi weqembu leMK. Lokhu kwenzeka ngenyanga eyedlule mhla zi10 April 2024.

KUDUTSHULWE KWABULAWA INDODA EMAWOTANA ENANDA IYONGENA KWAYO.

Kubulawe umuntu ngesihluku eMawotana esendaweni yaseNanda eyilokishi eliseNyakatho yeTheku esifundazweni kwaZulu-Natal. Lomlisa oneminyaka engamashumi amathathu nambili…