Loyo owake waba uNdunakulu wesikhombisa esifundazweni sakwaZulu-Natali waphinde wasebenza emnyangweni wezokuthutha nowobhekelela inhlalakahle yomnphakathi esifundazweni, useshiye…
Category: EZOMBANGAZWE
AMAPHOYISA ASEBOPHE ABANGAPHEZU KWEKHULU ABAHLELI KULELIZWE NGOKUNGEMTHETHO
Amaphoyisa esifundazwe saKwaZulu-Natal agasele ngovivi endaweni yasePhoyinti esedolobheni laseThekwini neyaziwa ngokuba isizinda sabokufika kuleli nalapho kwaziwa…
KUBULAWE ABATHATHU ABASOLWA NGOKUDUNA IZIMOTO EMLAZI.
Kushone abathathu ngesikhathi kunokudubulana phakathi kwamaphoyisa nezinkampani zonogada nezigebengu,ezisolwa ngokuduna izimoto eMlazi okuyilokishi eliseNingizimu yeThekhu. Lapho…
KUSULE OSEMNKANTSHUBOMVU KWINFP EMVA KOKUTHI IQEMBU LAKHE LITHI LIZOSEBENZA NEDA KANYE NEANC.
Umnumzane Canaan Mdletshe,owayesekwe njengonobhala kolunye uhlangothi khona eqembini leNFP noyisikhulu esiphezulu kuleliqembu. UNgomane uke wasebenza njengesikhulumeli…
OBENGAPHANDLE NGEBHEYILI UDUTSHULWE AMAPHOYISA WASHONA EMVA KOKUTHUMBA INKINSELA YASE BENONI.
Lesgebengu sendoda besingaphandle ngebheyili emva kokuboshelwa amacala angamashumi amabili nesishiyagalolunye (29) okutshotsha,nokuduna izimoto nawokukhwabanisa. Abakwasidlodlo bamthele…
UJABULANI KHUMALO BEZAMA UKUKETULA UMONGAMELI WEMK UJACOB ZUMA KODWA ABOKHETHO BAMCHITHA
Kuvela imibiko eminingi ekuseni namhlanje ngoLwesibili, 07 kuMbasa 2024, ezinkundleni zokuxhumana nalapho biveza ukuthu ongumsunguli weqembu leMK umnumzane Jabulane Khumalo ubhalele inhlangano yokwetho kuleli LaseNingizimu Afrika. Legcwadi bithi akwehle uMsholozi ekubeni ubuso benhlangano aphinde abe umholi wenhlangano ngoba zibheke okhethweni.
Inhlangano yokhetho eyaziwa nge Independent Eletroral Commission (IEC) ikuqinisekisile ukuthi wonke lamahemu hemu abekhona ngencwadi ebhalwe uKhumalo beyiqiniso. Bayitholile incwadi ebhalwe uJabulani Khumalo ngaphinsi kweMK ngokusho kwakhe. Kulencwadi uKhumalo bephoqa ukuthi ikhomishini yokhetho isuse uZuma njengo buso beqembu woMkhonto Wesizwe kanye nokuba uMongameli.
Inhlangano yokhetho ibe isiziqelanisa nescelo sikaKhumalo yathi yona ayingeni ezindabeni zamaqembu ezombusazwe. Ngokwamaphepha abhalwe phansi asayinwa uMnumzane Jacob Zuma uyena obhaliswe njengomholi weqembu leMK. Lokhu kwenzeka ngenyanga eyedlule mhla zi10 April 2024.
USEXOLISILE UDUMA NGOKUNGAZIPHATHI KAHLE KWAKHE PHAMBI KWESILO SAMAZULU LAPHO BELWISA UNDUNANKULU KAZULU.
Usihlalo kaANC kwaZulu-Natal uSiboniso Duma usexolisile eSilweni uMisuzulu kaZwelithini nakumongameli wezwe uCyril Ramaphosa oveze lesenzo sikaDuma…
UMHOLI WEQEMBU LEATM USEBHALELE UNGQONGQOSHE WAMAPHOYISA KANYE NOWEZOKUPHEPHA NGODLAME OLWENZIWA OMYFRIEND EMALOKISHINI.
UVuyo Zungula ongumholi weqembu lezombangazwe iAfrican Transformation Movement (ATM) usethathe igxathu elibanzi ngokungahambisani nodlame nokusatshiswa okubhekiswe…
IMPELASONTO AYIBANGA YINHLE KWIMK EMZALI KULANDELA UKUDUTSHULWA KWELUNGA LAYO.
Umcimbi obuhleliwe weqembu loMkhonto weSizwe Party (MKP) eMlazi awuhambanga kahle kulandelwa ukusocongwa kwelunga layo. UVusimuzi “Blesser”Ntuli…
OWAYENGUNGQONGQOSHE WAMAPHOYISA UNATHI MTHETHWA UYISHIYILE ANC.
Ilungu lenhlangano ebusayo okuyiAfrican National Congress (ANC) eselimnkantshubomvu uNathi Nhleko usevele walishiya iqembu likhakhongolose, nokuvele ukuthi…