ISIHLUKU UMLISA EDUTSHULWA PHAMBI KWENDODANA YAKHE EBINAYE EMOTWENI.

Umunyu abangaziwa noma izigebengu noma izinkabi abadubule indoda ebihamba nendodana yayo emotweni. Lesigigaba kubikwa ukuthi senzeke eBroadlands esifundazweni sakwaZulu Natal,izolo ngoMsombuluko ziyishumi nambili izinsuku enyangeni kaNhlolanja.

Lomlisa kubikwa ukuth behamba emgwaqeni old North Coast eyongena eBroadlands-KZN. Ngokukafakazi uthe lamadoda ehle emotweni emhlophe akangayazanga ukuthi motoni, nenombolo yepleti layo akalibonanga baqonda ngqo kumshayeli wale moto yohlobo leBMW M4 encombo lapho izimoto beziminyene utshumo. Umsolwa ufike wadedela izulu lezandla amahlandla amaningi wase uyabaleka ngemoto abebehamba ngayo. Indodana yomlisa obedutshulwa isale ingenamyocu ngoba bengayithintanga abenzi bobubi. Kudos lesosgameko igcine ingatholakalanga imbangela yokudutshulwa kwalomlisa.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *