UPHAKATHI USASHAQEKILE NGOKULIMAZANA KWEMIGULUKUDU EWYNBERG,EKAPA.

Edolobheni laseWynberg, eKapa ,sekwenzeke ingozi eshiye abantu bakhola bebambe ongezansi emva kokuthi izigebengu zilimazane. Lapha umlisa ongadalulwanga igama,uzithole eselwela impilo yakhe emuva kokuthi kuhlaselane amaqembu eigebengu kulendawo. Lengozi yenze ukuthi abaphathi mthetho kanye nabantu abahlala kulendawo befune ukuthola imbangela yesigameko.

Imigwaqo eminingi kuleli dolobha laseWynberg yaziwa kakhulu ngalezimpi zemigulukudu. Imninigwane ayikatholakali nomake abomthetho besafuna imbangela yesigameko.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *