Ugwethiwe Odayisa Izidakamizwa.

UBhekizizwe Radebe (26) utholwe enecala wagwetshwa yinkantolo yeMantshi yaseStanderton iminyaka emihlanu (5) ebhadla ejele iminyaka emibili…

Abeneme Nhlobo Abantu Ngamaphoyisa Amasha Omkhandlu WeTheku.

Kuphambene imibono ngendlela okuqashwa ngayo emaphoyiseni omkhandlu weTheku ngoba abaningi bathi labantu abaqashiwe abanayo inswebu yokunqoba…

Liboshelwe Icala Lenkohlakalo Iphoyisa.

Amalungu oKlebe ePort Shepstone Serious Organised Crime Investigation abophe uSergeant Ntokozo Mngqithi (34) ngenkohlakalo nokwehlula ubulungiswa.…

Manqoba Mnqithi

Njengoba izolo emini yantambama iqembu lasePitoli elidla izambane likapondo limemezele umqeqeshi walo omusha odabuka ezweni lasePortugal…

Ugcinwe Estokisini Ummangalelwa Ngokutholakala Nezimpahla Zomgunyathi Eziyizigidi Ezingu-R3.5.

UWilly Mxolise Mhlongo (34) ugcinwe esitokisini yiNkantolo yeMantshi yaseKomatipoort ngokukhwabanisa nokuphikisana nezinhlinzeko zeSigaba 83(a) & (b)…

Umshado weGNU ubukeka unezinkinga.

Baqinisile uma bethi yonke imishado inezinkinga lokho sekubonakala ngisho emshadweni wepolitiki obizwa ngeGNU. Kuzokhumbuleka bakwethu ukuthi…

Isoka ligwetshwe odilika jele ababili neminyaka ngaphezulu.

Uphiko lwaseMpumalanga eNkantolo eNkulu lugwebe uThulani Foshini Sikhundla (40) odilikajele ababili kanye neminyaka emihlanu ngecala lokubulala…

Bavele eNkantolo Abathumbe Usomabhizinisi.

Abantu baseMozambique u-Esmael Nangy noStefan Brites, kanye nephoyisa laseNingizimu Afrika uSamkeliso Honest Mlotshwa, ababhekene namacala okuthumba…

UNGQONGQOSHE WAKWA COGTA UKUNCOMILE UKUBOSHWA KWEMEYA YAKWA NONGOMA.

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kwaKwaZulu-Natal, uThulasizwe Buthelezi, ukuncomile ukuboshwa kweMeya, iPhini leMeya kanye noSomlomo kaMasipala wakwaNongoma ngamacala…

UKUZALWA WEMBETHE

Ukuzalwa wembethe kuyinto ecindezela abantu abaningi abamnyama base Afrika ngoba uma uzalwe kanjalo kudingeka ulandele imigudu…