OKLEBE BABOHE IZIKHULU EZIPHEZULU ZOMNYANGO WEZEMIDLALO, UBUCIKO KANYE NAMASIKO ESIFUNDAZWENI NORTHERN CAPE.

Uphiko lwabaseshi bamacala asezingeni eliphezulu noma abucayi lubophe abalisa abathathu (3) ngezinsolo zokuphatha budlabha imali kahulumeni,ukukhwabanisa,…

UMHOLI WEQEMBU LEATM USEBHALELE UNGQONGQOSHE WAMAPHOYISA KANYE NOWEZOKUPHEPHA NGODLAME OLWENZIWA OMYFRIEND EMALOKISHINI.

UVuyo Zungula ongumholi weqembu lezombangazwe iAfrican Transformation Movement (ATM) usethathe igxathu elibanzi ngokungahambisani nodlame nokusatshiswa okubhekiswe…

IMPELASONTO AYIBANGA YINHLE KWIMK EMZALI KULANDELA UKUDUTSHULWA KWELUNGA LAYO.

Umcimbi obuhleliwe weqembu loMkhonto weSizwe Party (MKP) eMlazi awuhambanga kahle kulandelwa ukusocongwa kwelunga layo. UVusimuzi “Blesser”Ntuli…

OWAYENGUNGQONGQOSHE WAMAPHOYISA UNATHI MTHETHWA UYISHIYILE ANC.

Ilungu lenhlangano ebusayo okuyiAfrican National Congress (ANC) eselimnkantshubomvu uNathi Nhleko usevele walishiya iqembu likhakhongolose, nokuvele ukuthi…

AKASEKHO EMHLABENI USPHIWE”DR MNANDI” MKHONZA.

Lowo owayengumdlali webhola emaqenjini ebhola lakuleli ahlukahlukene akasekho emhlabeni emva kokunxinwa ukugula isikhathi eside. USphiwe Ignatius…

AMAPHOYISA OMNGCELE WASEZIMBABWE NESOUTH AFRICA AVALE BONKE UBUGEBENGU OBENZEKA EMNGCELENI.

Kumnkhankaso osanda kwenziwa amaphoyisa omngcele beqembu elisebenzela eMusina, eduze neBeitbridge Port of Entry ePolokwane ngeSonto mhla…

INGOZI YEBHASI IDLULE NEMIPHEFUMULO YABANTU ABATHATHU OGWINI OLUSENINGIZIMU KWAZULU-NATAL.

Sekwenzeke isimo ezishaqisayo lapho kuginqika ibhasi esifundazweni saKwaZulu-Natal(KZN) ogwini oluseNingizimu, lengozi esiholele ekulahlekeni kwezimpilo zabantu abathathu…

KUBOSHWE ABASOLWA ABAYISITHUPHA EKURUMAN.

Amaphoyisa aseKuruman,neqembu labaseshi bakhona kanye nabaziwa ngeK9 units nabophiko JTG Highway Patrol, izolo ngeSonto,03 kuNdasa 2024,bavale…

KUSHONE OYEDWA WEQEMBU LEMIGULUKUDU EZENZA AMAPHOYISA EMGWAQENI.

ETsakane iqembu lemigulukudu elidume ngokufaka ilambu elibuhlaza phezulu nabaziwa ngaBlue Light Gang babambe abalisa ababili ebebehamba…

UGWILIZE WASHONA OBEBHUKUDA EMPOPHOMENI.

Abafana ababili bahambe bayokhipha ukushisa ngokuyobhukuda emfuleni iKhamanzi,okuwumfula abawakhele endaweni yangakubo eDalton. Okuthe besasemanzini omunye wabo…