UGWETSHIWE OWABULALA INGANE YAKHE EFUNA IMALI YOMSHWAYILENSE.

INkantolo eNkulu yaseNingizimu Afrika, e-Eastern Cape Division, eGqeberha, igwebe uShayieda Dollie (51) iminyaka engu-10 ngecala lokwakha…

UMDLOKOMBANE WAYEGCOTSHWA NJENGESILO SAMAZULU NAMHLANJE.

Namhlanje kwakubekwa iSilo uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu wayeyinkosi yesishiyagalombili yamaZulu. Wayenesikhundla esiphezulu kunabo bonke abaholi bendabuko eNingizimu…

UGWETSHWE 20 WEMINYAKA NGOKUDLWENGULA (ISTEPDAUGHTER).

INkantolo yesifunda yaKwaMaqoma isigwebe uSiyabonga Duma, 30, isigwebo seminyaka engu-20 ejele ngokudlwengula indodakazi yakhe yokutholwa (stepdaughter)…

ABASOLWA NGOKUQHUMISA AMA-ATM BALIMALE KANZIMA BEDUBULANA NAMAPHOYISA.

Abasolwa abahlanu abasolwa ngokuqhumisa amabhomu e-ATM balimele kabi kwathi oyedwa (1) waboshwa ngesikhathi sokudubulana neTactical Management…

ABANJWE NENYAMA AMASELA EMFUYO EMONDLO.

Amaphoyisa aseMondlo abophe abasolwa abane ngemuva kokutholakala nezidumbu zezinkomo ezine okubikwa ukuthi zebiwe esibayeni endaweni yaseMvunzini…

UTHANDO ALUNANKOHLISO

Uhlelo oluqoshiwe olwenzeka ngempela nobelubukeka luthandwa kakhulu eMelika, nalana eMzansi selukhona olwakhona olubizwa ngeLove Never Lies…

UYINQABILE IBHEYILI UMAMA OWADAYISA NGENGANE YAKHE.

UKeneiwe Shalaba (32) obhekene namacala okushushumbisa abantu, ukwakha itulo lokugebenga, nokunikeza amaphoyisa imininingwane engamanga usilahlile isicelo…

LIHLEHLILE ICALA LABASOLWA NGOKUBULALA UMCULI AKA.

Lihlehlile icala labalisa abahlanu abayamaniswa nokubulawa kukamnumzane Kiernan Jarred Forbes obedume kakhulu ngo-AKA, nokuyigama abekade ezibiza…

ABADLALI ABATHATHU BANGAPHAMBILINI BEKHILIKITH BOBOSHELWE UKUDAYISA IMIDLALO.

I-Directorate for Priority Crime Investigation (DPCI), eyaziwa ngokuthi oKlebe, isithathe igxathu elikhulu ekuqedeni inkohlakalo kwezemidlalo ngokubopha…

UNGQONGQOSHE WAKWA COGTA UKUNCOMILE UKUBOSHWA KWEMEYA YAKWA NONGOMA.

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kwaKwaZulu-Natal, uThulasizwe Buthelezi, ukuncomile ukuboshwa kweMeya, iPhini leMeya kanye noSomlomo kaMasipala wakwaNongoma ngamacala…