KUSHONE IZELAMANI EZIMBILI KUDUTSHULWANA IZOLO EBUSUKU EMATSHWALENI.

Kushone izelamani ezimbili ezineminyaka elinganiselwa emashumini amabili nanhlanu omunye enamashimi amathathu kubikwa ukuthi badutshuliwe bashonela khona…

UDOKOTELA OBETHUNJIWE UTHOLAKALE PHAKATHI KAMABILI ESEMASIMINI OMBILA.

Udokotela DR Jameel Desai,utholakale emasimini ombila phakathi kwamabili ebusuku kodwa imoto yona ayikatholakali. Lodokotela umiswe amadoda…

AMAPHOYISA ABAMBE UMGIBELI WEKHUMBI OBEZIBHANDISHE NGENSANGU EMZIMBENI.

Amaphoyisa abophe indoda ebishushumbisa umthunzi wezinkukhu, uMnu Bhekithemba Simelane onamashumi amane nantathu (43) ,ongowokudabuka eSwazini waboshwa…

KUBOSHWE ABASOLWA NGOKUDAYISELA IZIGEBENGU EZIDUNA IZIMOTO ZEMALI IZIQHUMANE.

Sekwenzeke isgameko lapho abakwasidlodlo bebamba abasola ngokudayisa iziqhumane ngokungekho emthethweni,kusolakala ukuthi badayisela izigebengu eziduna izimoto eziphatha…

KUSHONE ABABILI ABASOLWA NGOKUDUNA IZIMOTO EZITHWALA IMALI IZOLO KWA U EMLAZI.

Abalisa ababili okusolwa ukuthi bayabandakanyeka ekudunweni kwezimoto ezithwala imali badutshulwe bashona izolo kusihlwa,emva kokuthi bazame ukudubula…

KUBOSHWE ABALISA ABANE OKUKHOLAKALA UKUTHI BAGQEKEZA IMIZI EGAUTENG.

Izolo 21 kuNhlolanja 2024 amaphoyisa abophe abasolwa abane nokukholakala ukuthi yibo abagqekeza imizi yabantu eminingi kulesifundaze…

SIU NAMA HAWKS BAHLASELE iFEMU YABABALI ZIMALI EYINXENYE YOKUKHWATSHANISWA KA R1.4 BILLION OKUPHENWA NGAWO WAKWA LOTTO.

Mamhlanje 21 kuNhlolanja 2024 kugasele iSIU kanye noKlebe (Hawks) efemini yezezimali eKimberley, eNyakatho Koloni afike abheka…

IKHEHLA ELINA68 UBUDALA LIGWETSHIWE NGECALA LOKUDLWENGULA INGANE EMINYAKA EYI 7.

Inkantolo yesifunda eGroblersdal, Polokwane igwebe indoda eneminyaka eyishumi nesithuphanesishiyagalombili 68 igwetshwe iminaka engamashumi amabili 20 ebhadla…

UGQOGQOSHE WAMAPHOYISA USETHEMBISE NGOKWANDISA AMAPHOYISA EGOLI KULANDELA ISIGAMEKO SEZIGEBENGU EZIBAMBA INKUNZI PHAKATHI EMGWAQENI NGESKHATHI SESIMINYAMINYA.

Ubugebengu obenzeke eGoli namhlanje emgwaqeni M1 North, lapho imigulukudu ivele yaphuma emotweni yayo ngeskhathi sesiminyaminya sasekuseni…

KULINDEKE UKUBA ATHULE IZIBALO ZOBUGEBENGU IGQOQGOSHE WAMAPHOYISA NAMHLANJE

Ugqogqoshe wamaphoyisa kuleli uGenersl Bheki Cele ulindeleke ukuba athule izibalo zobugebengu ezenzeka lana ezweni laseNingizimu Afrika.…