KUDUTSHULWE KWABULAWA UMSHAYELI WEKHUMBI KANYE NOMGIBELI ETEMBISA.

Ngolwesibili lwangomhlaka 27 kuNhlolanja 2024,umshayeli wekhumbi kanye nowesifazane obengumgibeli badutshulwe bashonela khona ekhumbini bobabili. Lengozi yenzeke…

AMAPHOYISA ASEMTSHEZI ASEDUBULE ABULALA AMADODA AMANE ABEBAMBA IMOTO YEMALI.

Impicabadala yenhlekelele yokubanjwa kwemoto yemali,ishiye abasolwa abane bephangalele khona esgamekweni sokudunwa kwemali eMtshezi,kwaZulu-Natal. Amaphoyisa abikelwe ukuthi…

IZWE LASEGHANA SELIPHASISE UMTHETHO WOKUTHI KUYICALA UKUTHANDANA KOBULILI OBUBODWA KULEYANDAWO.

Iphalamende laseGhana ligcine liphakamise umthetho ovimbela ukuthandana kwabantu bobulili obufanayo,lithe abayotholakala bayogwetshwa iminyaka emithathu. Libe seliveza…

ODLWENGULE WABALEKA AMAPHOYISA AMTHOLE EMVA KWEZINSUKU EZIMBILI.

Umphathi wamaphoyisa esfundazweni saseMpumalanga uwashayele ihlombe amaphoyisa ngokuthola umdlwenguli ngokuphazima kweso. Umlisa oneminyaka engamashumi amabili nesthupha…

INDODA EKHANDE ENYE NGAMATSHE YASHONA KULINDEKEKE UKUTHI IVELE ENKANTOLO KUSASA.

Indoda yasePolokwane eneminyaka engamashumi amathathu nanye 31kulindeleke ukuthi ivele enkantolo kaMantshi yaseMoreneng ngoLwesine mhlaka 29 kuNhlolanja…

ABAPHENYA NGOBUGEBENGU NOKUZIPHATHA KWAMAPHOYISA ABAZIWA NGE IPID BABOPHE IPHOYISA NGECALA LOKUBULALA NOKUZAMA UKUBULALA.

Uphiko lweIPID selubophe elinye phoyisa ngezinsolo zamacala amabili okubulala kanye namathathu okuzama ukubulala. UConstable Checha Doctor…

BAVELE ENKANTOLO ABATHOLAKALE NEZIMBAMU EZINGEKHO EMTHETHWENI.

Amaphoyisa aseKapa asebenza kanzima ukuqeda ubugebengu obubhidlangile emalokishini aseKapa,ngoba izigebengu zigijima nezikhali emgwaqeni. Lowomsebenzi wamaphoyisa aziwa…

KUBOSHWE INGODUSO NGOKUSHONA KWEPHOYISA.

Inhlanganisela yamaphoyisa aphenya amacala abucayi okuyiProvincial Organised Crime Unit, uMhlali Task Team, uMhlali K9 Unit,amaphoyisa akwaDukuza…

KUBOSHWE ABANE ABASKEMA AMAKHADI (CARD SCAMMERS) EFLAGSTAFF, EASTERN CAPE.

Amaphoyisa alunwe indlebe,ngemigulukudu eqola abantu imali emakhadini. Emva kokuhletshelwa ngalezigebengu amaphoyisa abe esevala umgwaqo uR61 ongamakhilomitha…

KUTHOLAKALE IMOTO EYATSHOTSHWA EMNYAKENI EYI14 EDLULE.

Indoda eneminyaka engamashumi amathathu nanye kulindeleke ukuthi ivele enkantolo kaMantshi eAmsterdam kusasa ngoMsombuluko, 26 kuNhlolanja 2024,ngecala…