EPholokwane uphiko lwamaPhoyisa kanye noMnyango weZasekhaya kanye nezinye izinkampani zokuphepha sebebophe abasolwa abalinganiselwa 1651 baphinde bavundulula izimoto ezyisikhombisa ezebiwe okanye eziduniwe ezifundeni ezinhlanu esifundazweni iLimpompo. LeShanela lokhu yaqala zinhlanu kuNhlolanja ize yam ngeSonto ngomhla ziyishumi nomuvo enyangeni kaNhlolanja 2024.
Labasolwa bebebshwa ngamacala ahlukahlukele kubalwa ukubulala,ukuzama ukubulala, ukubamba inkunzi,ukudlwengula,ukusolwa ngokoncansi,ukushaya,ukugqekeza,ukwba,ukubulala impala yomuntu,ukuhamba uphuza,izidakamizwa kanye nokuphula imthetho yokuba kwelinye izwe ungenamvume.
Loluhlelo lwenziwe ngokuvalwa kwemigwaqo, nokumiswa ukhuthuzwe, ukukhanyiso lwamalambu aluhlaza bebheka ngawo abaphula imthetho, ukubheka izimvume kwabadayisa utshwala nakulaba abadayisa izimpahla ezindala ngokuhlukana kwazo.
Ngokuqhubeka kwalombhidlango wophenyo abasolwa abangamashumi amabili babanjele ukuhlukumeza izingane nabathandana nabo, kwathi abangamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nantathu 393 babanjelwa ukungabi namaphepha abavumela ukuba kulelizwe kuthi abayikhulu neshumi naskhombisa 117 babanjelwa amacala ahlangene nezidakamizwa. Izidakamizwa ngokulinganiswa kwazio 1552.174 grams inani lomthunzi wezinkukhu, oyedwa obetshale umthunzi wezinkukhu,4.601 anagrams ecrystal meth, kanye 34 wamagrams ewunga.
Ezakwasidlodlo ziphinde zabundulula imkhono yekati eyisishiyagalolunye, izinsabula ezi28,32 wezinye izikhali eziwubungozi, 604162 wogwayi ongekho emthethweni kanye notshwala obulingalselwa 569627,5ml.
AmaPhoyisa ahambele izigameko zokukhukumezwa ngokobulili kanye nemindeni ezilinganiselwa e549 kanye nezicnwadi zokuvikela umuntu ezi281 ezokhishiwe.
Umphathi wamaPhoyisa esifundazweni iLimpompo uGenene Thembi Hadebe usewashayele elikhulu ihlombe ngokusebenza kwayo ngokuzikhandla ekhuculula ubugebengu obudlangile esifundazweni.