Inkantolo enkulu eThohoyandou inqume ukuth umnumzane Ndou oneminyaka engamashumi amahlanu nantathu ukulungele ukuth engaqula icala ngoba esolwa ngokubulala amalunga omndeni wakhe ayisikhombisa, nakubake udokotela wezenqondo ekubalulile ukuth lombulali ongena nembeza kumele eye eskhungweni sezenqondo ukuhlolisiswa ukuth azith mzala yini. Lendoda yabulala umndeni wayo ngosuku lukancibijana emnyakeni emibili edlule lapho ehlala khona endaweni yasemakhaya okuthiwa iJimmy Jones Village ngaphandle kwaseMalamulele.
Enoch Ndou wazama ukudubula ngenhloso yokubulala abashana bakhe ababili kanye namakhosikazi bawo nezinganyana ezine ezilinganiselwa eminyakeni owodwa kuya kweyishumi nambili ubudala bazo. Nalapho abakwasidlodlo basola ukuth imbangela yokubulawa kwalamalunga omndeni kwakuwumbango wendlu okwakungekayiye nalapho owabashiya nomfowabo omdlala osewalishiya leli elimagada ahlabayo kwasala indodana yokhe okwilenake eyephenduka isisulu salombulali wansondo. Icala liyaqhubeka emva kokuthi kwenziwe uhlolo nqondo odokotela bomqondo.