EZIHAMBAPHAMBILI
Umkhosi Egodlweni Emashobeni oPhongolo.
Namahlanje kuqopheka umlando esizweni samaZulu njengoba isilo iNdlunamithi kaZulu ibambe umkhosi womhlanga esigodlweni esidala seLembe eleqa…
Sichithwe Nezindleko Isicelo SikaThabo Bester Sokubimbela UNetflix.
Inkantolo ephakeme esifundazweni iGauteng isichithe nezindleko isicelo sezithandani uThabo Bester noNandipha Magudumana sokuvimbela uNetflix ukuthi engawuvezi…
Iqembu le-Orlando Pirates Fc Libukeka Lizoba Amalakazane
Iqembu lebholala likanobhutshuzwayo kuleli i-Orlando Pirates Fc libukeka lizoba ingozi kakhulu kulesizini ezoqala. Lokhu kulandela ukudlala…
Ugwetshiwe ubaba owathumela indodakazi yakhe ngezinkabi enzela izimali zomasgcwabisane.
INkantolo eNkulu yaseNingizimu Afrika: Uphiko lwaseWestern Cape oluhlezi eKnysna lugwebe uMboneleli Msila, uMbulelo Jack, uMonde Tshemese…
Lihlehlile Icala Lamaphoyisa Ayizigebengu
Izikhulu Zamaphoyisa Ethimba Lengqalasizinda Yesifunda SaseSedibeng: Constables DM Logenberg, TA Petsana, VS UMahlatsi, kanye no-J. Ndlovu,…
Ilivumile Icala Lokubulala Uyise Indodakazi.
INkantolo eNkulu yasePolokwane igwebe uMologadi Magdeline Mehlape (28) ngemuva kokuvuma icala lokubulala ngesihluku uyise, uDkt Malekutu…
Uboshiwe Obulale Ugogo Wakhe Waphinde Wazama Ukubulala Unina
Owesilisa uboshelwe ukubulala ugogo wakhe kanye nokuzama ukubulala unina ePhoenix – KZN. NgoMsombuluko (09/06/2025), abasolwa bahlasele…
Ingene Enkantolo Imoyizela Inswelaboya Esolwa Ngokubulala Iphinde Icuye Intombazane Ena-14
UMduduzi Trevor Mnisi oneminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalolunye (39) ubudala ungene ebhokisini leMantshi ezimoyizelela okutshengisa ukuthi akazisoli…
Ugcine Eyitholile Ibheyili Ukapiteni owadlwengula owesifazane ona-20 Weminyaka.
Ukaputeni wamaphoyisa oneminyaka engu-59 ubudala, oqashwe njengomqeqeshi wezibhamu eTshwane Police Academy eseNtshonalanga yePitoli, wavela eNkantolo yeMantshi…
Uhulumeni uzoyinyusa iminyaka emibili iVAT kulandelana.
Ngenxa yengcindezi entsha neqhubekayo yokusebenzisa imali kwezempilo, imfundo, ezokuthutha kanye nezokuphepha, uhulumeni unqume ukukhuphula intela ye-value-added…