EZIHAMBAPHAMBILI
UJUJU UHAMBELE UWARD 88 EMLAZI UKUBANXENXA UKUTH BEFIKE EMABHIDA NGESABATHA LAPHO AKAZOBE ETHULA UHLA LOKHETHO LWE EFF.
Umangameli weqembu EFF ubonakala ezungeza itheku lonke ehamba ekhankasa ephinde enxusa abantu ukuth abaphelele ngothi lwabo…
KUSINDA NONGATHWELE NJENGOBA KULINDELEKE UKUTHU KUNYUKE INTENGO KAPETROL NODIESEL
Kulindeleke ukuthi namhlanje phakathi kwamabili kunyuke intengo kapetrol nodiesel lokho okungesizo izindaba ezimnandi njengoba izwe likhungathwe…
KUQUME NHLAMVANA EZINYE ZAFEKETHA IMIGULUKUDU ITHI IZAMA UKUBAMBA IMOTO YEMALI ESOWETO.
Amaphoyisa aseGoli eSoweto asesebenze omkhulu ukuvimba imigulukudu ebihlome iyizingovolo lapho beyithi iduna imoto yemali kanti ayibuzanga…
IFU ELIMNYAMA SELIGUBAZELE IZWE LASENAMIMBIA NGOKUDLULA EMHLABENI NGOWAYENGUMONGAMELI WEZWE
Ubengumongameli wezwe laseNamimbia usedlulile emhlabeni kulandela ukugula obekumbambile, umnumzane Hage Geingod obengumungameli wezwe laseNamibia obeseneminyaka engamashumi…
IBAFANA BAFANA ITHI KONKE KUMI NGOMUMO KULOMDLALO WABO ONAMHLANJE EBUSUKU
IBafana Bafana ithi konke kumi ngomumo ngomdlalo wabo nezwe lase Cape Verde namhlanje ebusuku lapho bezobe…
Ezubuhlungu azipheli kulandela ukudlula kwentokazi enguzime, iphinde ibe kwezeshashalazi.
Kushaqise abaningi ukudlula emhlabeni kwentokazi uPoonam Pandey obeseneminyaka engamashumi amathathu nambili kube sekuba khona ukudideka ngoba…
inigeria ne dr congo sebezibeke esgabeni esandulela owamanqamu(semi final) kwi Africa cup of nations 2023
Iqembu lesizwe lase Angola lihluleke lancama ukukhava abafana baseNigeria abadume ngamaSuper Eagles njengoba bethole inqaku esihombeni…
Inkantolo enkulu ethohoyandou esifundazweni iLimpompo imthole ekulungele ukuqula icala umnu ndou owabulala amalunga omndeni ayisikhombisa emva kwabahloli benqondo bathe akanalutho lomalugaju.
Inkantolo enkulu eThohoyandou inqume ukuth umnumzane Ndou oneminyaka engamashumi amahlanu nantathu ukulungele ukuth engaqula icala ngoba…
impela sonto enkulu eningizimu afrika ngoba kuzobe kubhaliselwa ukuvota
Abakwa IEC okuyinhlangano engamele ukhetho kulelizwe lakithi eAfrika eseNingizimu bakhethe lempelasonto yomhlaka 3 kuya ku4 kuNhlolanja…
umnyango wezempilo usucele ukuthi kwandiswe abakwasidlodlo kulandela ubelelesi osebuyinsakavukela umchilo wesdwaba esbhedlela rahima moosa okungeso mama kanye nabantwana.
Umyango wezempilo esifundazweni sase Gauteng usucele ukuba kwandiswe ezakwasidlodlo ukuba zibheke ngelokhozi lobulelesi obubhidlange kulesibhedlela, nokwenza…