EZIHAMBAPHAMBILI

SEKUQHUNYISE IMOTO YEMALI EMANDELA VILLAGE ESEHAMMANSKRAAL.

Izinswelaboya seziqhumise imoto yemali, eMandela Village eseHammanskraal okwindawo eseduze kakhulu nomgwaqo uN1,osekuyinsakavukela umchilo wesdwaba kuwo ukudunwa…

NIWUHLABE NIWULAWULE NINA BEMBUBE KUTHUNGATHWE ISIBOSHWA ESEQE ESIBHEDLELA IMAMELODU EPITOLI.

Umnyango wezokuhlumeleliswa kwezimilo,ubambisene neminye imikhakha kwezokuqinisa umthetho usubebezele ukuba umphakathi ubabhekise umgulukudu oweqe ngomsombulukho 12 Nhlolanja…

INKANTOLO IYALELE IFEMU EYANIKEZWA UKUQASHA INSTHA YENA WAQOLA R52M.

Ifemu yaseGoli yathembisa ukuqasha ngokuqeqesha intsha elinganiselwa ku75, 000 kanti bazoqasha abayikhulu namashumi amane nambili base…

SEKUBOSHWE ABAYISITHUPHA ECENTURION NGAMACALA OKUSHUSHUMBISA IZIDAKAMIZWA NABANTU.

Uphiko lwamaphoyiya namhlanje ekseni ahlanganile enza uphenyo emabhilodini asilakala ngokudayisa izidakamizwa kanye nokushushumbiswa kwabantu ngenhloso yokubadayisisa…

ISHANELA ELIMPOMPO ISITHOLE IZIMOTO EZEBIWE EZYSIKHMBISA YABOPHA ABANTU ABANGAPHEZULU KWE1500

EPholokwane uphiko lwamaPhoyisa kanye noMnyango weZasekhaya kanye nezinye izinkampani zokuphepha sebebophe abasolwa abalinganiselwa 1651 baphinde bavundulula…

ISIHLUKU UMLISA EDUTSHULWA PHAMBI KWENDODANA YAKHE EBINAYE EMOTWENI.

Umunyu abangaziwa noma izigebengu noma izinkabi abadubule indoda ebihamba nendodana yayo emotweni. Lesigigaba kubikwa ukuthi senzeke…

UNQGONQGOSHE WEZOKUBAMBISANA KWAMAZWE NGAMAZWE KULELI UNKS NALIDI PANDOR UTHI USABELA IMPILO YAKHE NEYOMNDENI WAKHE

UNgqongqoshe wezokubambisana kwamazwe useveze ukusabela ukuphepha kwempilo yakhe kanye neyomndeni wakhe akusola izingede zakwaIsrayeli,ngokumsendela amagama ayiziswani…

PSL IMISE YONKE IMIDLALO OBEKUMELE IDLALE PHAKATHI NESONTO

Bekulindeleke ukuthi ibuyele namhlanje imidlalo yakuleli yesigaba esipgezulu PSL emva kokuthatha ikhefu ngenxa yomqhudelwano wamazwe eAfrica…

ODOKOTELA BAKULELI ABANGASEBENZI BAVELE BAGCWALA UMGWAQO EMGUNGUNDLOVU BEHAMBISA IZIKHALO ZABO

Izinkumbi zoDokotela bakuleli abangasebenzi balibangise eMgungundlovu ukuyozwakalisa ilaka lawo emnyangweni wezempilo wakulesifundaze ngokunganikwa imisebenzi bebe befunde…

UNOZINTI WEBAFANA BAFANA UHLOMULE NGENDONDO YOKUBA UNIZINTI OVELELE EMNCINTISWANENI.

URonwen Zameyokuza Williams ongunozinti weBafana Bafana aphinde abe ngukabteni wayo usehlabane ngendondo yokuba unozinti ovelele umncintiswano…