BEKUBANJWE ISTHANGAMI NGOKUPHEPHA KOKUDLA.

UMnyango Wezempilo ukhiphe isitatimende ngomhla zingama-20 kuMfumfu wezi-2024 mayelana nezifo zakamuva ezisekelwe ekudleni kanye nokufa kwabantu.…

LIBUYELE ENKANTOLO IPHOYISA ELIYISIGEBENGU.

UMinenhle Makhaye ophoyisa le-SAPS elisolwa ngokukhwabanisa namanye amacala okusebenzisa ikhadi lasebhange lesisulu sokudunwa imoto ukuthenga utshwala…

ELINYE IBHANGE ELIWAYO.

I-Sasfin ihlela ukuvala ibhizinisi layo leBusiness and Commercial Banking (BCB) ngo-2025, ijoyine uhlu olukhulayo lwezinkampani zezezimali…

KUTHOLWE INGANE ILAHLWE EZIBINI EVERULAM.

Usana olusanda kuzalwa lutholwe lushonile eceleni komgwaqo ku-Aloe Drive eWaterloo, eVerulam esesifundazweni sakwaZulu-Natal namhlanje ekuseni (ngoLwesine).…

UBANJIWE UMSOLWA NGESIHLUKU SOKUBULALA INTOMBAZANE E-ORLANDO.

Kugxekwa kakhulu ukubulawa kwakamuva okungenangqondo nokunyantisayo kwentombazane encane engenacala, u-Amantle Samane (6), okusolakala ukuthi yadlwengulwa yaklinywa…

UCASSPER NYOVEST WESEKA UMSUNGULI WEDRIP.

‘Ngiyakweseka’ esho kwitwitter yakhe: Imibuthano ye-Cassper Nyovest ngemuva komsunguli we-Drip Footwear u-Lekau Sehoana phakathi nenhlekelele yokuqedwa…

AMAKHOSI AVUTHA ENGABASELWE

Iqembu leKaizer Chiefs FC liyiqale ngegiya eliphezulu indebe yeCarling Black LabelCup ngoba livule umdlalo walo wokuqala…

IMIDLALO YESIGABA SE16 YECARLING BLACK LABEL CUP.

Ompetha bangonyaka odlule badlale kahle izolo ngolwesihlanu kusihlwa ngoba bekwaze ukushaya AmaZulu FC ekuhambeni. IStellenboch FC…

AMAZULU AKHISHWE ESIBAYENI SAWO.

Emdlalweni wendeba yeCarling Black Label, yesgaba sokuqala lapho AmaZulu Fc bedlala neStellenboch Fc enkundleni yezemidlalo iKing…

ZIGWETSHIWE IZINKABI EZIMBILI EZABULALA USONKONTILEKA.

INkantolo eNkulu yasePitoli igwebe ababulali ababili ngokubulala usonkontileka waKwa Mhlanga, uWalter Makhulu Malela Mosotlha (39) ugwetshwe…