AMAPHOYISA ABOSHELWE UKUKHIPHA IZINCWADI ZEZIMOTO EZEBIWE.

Isikhulu samaphoyisa esiqaphile eRamatlabama Port of Entry, siholele ekuboshweni kwezikhulu ezintathu zamaphoyisa, uTshepiso Theresa Boikanyo (45),…

UNGQONDONGQONDO KWELOKUBULALA ELUSIKISIKI.

Bevele eNkantolo umlisa osolwa ngokuba ungqondongqondo ekuhleleni itulo lokubulala abantu abangu-18 eLusikisiki, ese-Eastern Cape, lapho evele…

KULINDELEKE UKUTHI KUPHUME NESINEDOLO

Ngoba selumenyezelwe usuku lokuyothandaza esgodlweni eNyokeni kwaNongoma, okwenziwa ibandla lamaNazaretha, kulindeleke ukuthi kuphume nesnedolo. Abafundisi bebandla…

BAVELE ENKANTOLO NGOKUKHWABANISA ENEDBANK.

USamantha Lee, Jacobus Johannes Nel, Miquite Nel, Dillin Damian Hoffman, Jacobus Johan Joubert, Nicolette De Villiers,…

UGWETSHWE ODILIKAJELE ABABILI OWADLWENGULA WABULALA OWAYEYISINQANDAMATHE SAKHE.

INkantolo eNkulu yaseNingizimu Afrika ehlezi eNkantolo yeMantshi yaseVredendal igwebe umbulali nomdlwenguli, uCalvin Cloete, odilikajele ababili neminyaka…

SEBEBANJWE BONKE ABABULALA ABANTU EMCIMBINI ESTCOURT.

Uphenyo olusheshayo lwamaphoyisa (SAPS) Kwa-Zulu Natal luholele ekuboshweni kwabasolwa abahlanu (5) abahlobene nesigameko sokudutshulwa kwabantu abaningi…

KUSABOSHWE UMSOLWA OYEDWA KWABAQOTHA ABANTU NGENHLAMVU EMCIMBINI ESTCOURT.

Amaphoyisa akuKwaZulu-Natal abophe umsolwa oyedwa kanti asathungatha okungenani abanye abahlanu mayelana nokubulawa kwabantu abane kanye nelokuzama…

UDKT CRISPIAN OLVER UQOKELWE ESOBUSEKELA.

IPresidential Climate Commission ikwamukele ukuqokwa kukaDkt Crispian Olver njengephini likasihlalo omusha wekhomishini. Ukuqokwa kuka-Olver’ kumenyezelwe nguMengameli…

UGWETSHWE UDILIKA JELE OWADLWENGULA ISALUKAZI.

Insizwa yase Orangeville igwetshwe udilikajele ngecala lokudlwengula ngesihluku isalukazi. NgoMgqibelo zingama-17 kuZibandlela wezi-2022, indodana kamama oneminyaka…

IJAZI SELIGCWALE UMOYA KUMQEQESHI WEMAN UNITED.

Umqeqeshi weqembu laseNgilandi iManchester United usekhonjwe indlela emva kokungenzi neze kahle kuleliqembu. Lensizwa engeyokudabuka ezweni lamaDashi…