Sichithwe Nezindleko Isicelo SikaThabo Bester Sokubimbela UNetflix.

Inkantolo ephakeme esifundazweni iGauteng isichithe nezindleko isicelo sezithandani uThabo Bester noNandipha Magudumana sokuvimbela uNetflix ukuthi engawuvezi…

Ugwetshiwe ubaba owathumela indodakazi yakhe ngezinkabi enzela izimali zomasgcwabisane.

INkantolo eNkulu yaseNingizimu Afrika: Uphiko lwaseWestern Cape oluhlezi eKnysna lugwebe uMboneleli Msila, uMbulelo Jack, uMonde Tshemese…

Lihlehlile Icala Lamaphoyisa Ayizigebengu

Izikhulu Zamaphoyisa Ethimba Lengqalasizinda Yesifunda SaseSedibeng: Constables DM Logenberg, TA Petsana, VS UMahlatsi, kanye no-J. Ndlovu,…

Ilivumile Icala Lokubulala Uyise Indodakazi.

INkantolo eNkulu yasePolokwane igwebe uMologadi Magdeline Mehlape (28) ngemuva kokuvuma icala lokubulala ngesihluku uyise, uDkt Malekutu…

Uboshiwe Obulale Ugogo Wakhe Waphinde Wazama Ukubulala Unina

Owesilisa uboshelwe ukubulala ugogo wakhe kanye nokuzama ukubulala unina ePhoenix – KZN. NgoMsombuluko (09/06/2025), abasolwa bahlasele…

Ingene Enkantolo Imoyizela Inswelaboya Esolwa Ngokubulala Iphinde Icuye Intombazane Ena-14

UMduduzi Trevor Mnisi oneminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalolunye (39) ubudala ungene ebhokisini leMantshi ezimoyizelela okutshengisa ukuthi akazisoli…

Ugcine Eyitholile Ibheyili Ukapiteni owadlwengula owesifazane ona-20 Weminyaka.

Ukaputeni wamaphoyisa oneminyaka engu-59 ubudala, oqashwe njengomqeqeshi wezibhamu eTshwane Police Academy eseNtshonalanga yePitoli, wavela  eNkantolo yeMantshi…

Uhulumeni uzoyinyusa iminyaka emibili iVAT kulandelana.

Ngenxa yengcindezi entsha neqhubekayo yokusebenzisa imali kwezempilo, imfundo, ezokuthutha kanye nezokuphepha, uhulumeni unqume ukukhuphula intela ye-value-added…

Lidluliselwe eNkantolo ephakeme icala lokuqothwa komndeni eLusikisiki.

Aligcinanga ngokudluliswelwa eNkantolo ephakeme kodwa liphinde lahlehla, icala elibhekene namadoda ayisithupha abhekene necala lokubulala abantu abangu-18…

Uvele eNkantolo umphathi wakwaSassa ngezinsolo zenkohlakalo

Uvele phambi kwenkantolo umphathi wakwasasa ngokuzothamela uhla lwamacala abekwa wona emva kokuboshwa oKlebe. Ithimba loKlebe elizinze…