Kubanjwe abalisa ababili abebeshushumbisa izidakamizwa emgwaqeni uN10 oseduze neSomerset East kanye ne Cradock. Lapho amaphoyisa alunwe…
Category: IZINDABA
AMAPHOYISA ASENTUZUMA ASEZITHOLE NGOKUPHAZIMA KWESO IZIGEBENGU EZIZAME UKUBULALA IPHOYISA.
Akuthathanga iskhathi eside ukuthi amaphoyisa aseNtuzuma athole ababili abasolwa ngokuzama ukubulala iphoyisa lisemusebenzini,leliphoyisa elisebenzela eNewlands.Lesigameko senzeke…
KUDUTSHULWE KWABULAWA UMSHAYELI WEKHUMBI KANYE NOMGIBELI ETEMBISA.
Ngolwesibili lwangomhlaka 27 kuNhlolanja 2024,umshayeli wekhumbi kanye nowesifazane obengumgibeli badutshulwe bashonela khona ekhumbini bobabili. Lengozi yenzeke…
PAUL POGBA UMISIWE EBHOLENI IMINYAKA EMINE EMVA KOKUTHOLAKALA NESIKHUTHAZI ESINGAVUMELEKILE EGAZINI LAKHE.
Umdlali weqembu lebhola elikhuli eItaly okuyiJuventus,ongowokudabuka ezweni laseFrance,lapho akadlala khona esiswini ogama lakhe nguPaul Pogba oneminyaka…
AMAPHOYISA ASEMTSHEZI ASEDUBULE ABULALA AMADODA AMANE ABEBAMBA IMOTO YEMALI.
Impicabadala yenhlekelele yokubanjwa kwemoto yemali,ishiye abasolwa abane bephangalele khona esgamekweni sokudunwa kwemali eMtshezi,kwaZulu-Natal. Amaphoyisa abikelwe ukuthi…
IZWE LASEGHANA SELIPHASISE UMTHETHO WOKUTHI KUYICALA UKUTHANDANA KOBULILI OBUBODWA KULEYANDAWO.
Iphalamende laseGhana ligcine liphakamise umthetho ovimbela ukuthandana kwabantu bobulili obufanayo,lithe abayotholakala bayogwetshwa iminyaka emithathu. Libe seliveza…
ODLWENGULE WABALEKA AMAPHOYISA AMTHOLE EMVA KWEZINSUKU EZIMBILI.
Umphathi wamaphoyisa esfundazweni saseMpumalanga uwashayele ihlombe amaphoyisa ngokuthola umdlwenguli ngokuphazima kweso. Umlisa oneminyaka engamashumi amabili nesthupha…
INDODA EKHANDE ENYE NGAMATSHE YASHONA KULINDEKEKE UKUTHI IVELE ENKANTOLO KUSASA.
Indoda yasePolokwane eneminyaka engamashumi amathathu nanye 31kulindeleke ukuthi ivele enkantolo kaMantshi yaseMoreneng ngoLwesine mhlaka 29 kuNhlolanja…
ABAPHENYA NGOBUGEBENGU NOKUZIPHATHA KWAMAPHOYISA ABAZIWA NGE IPID BABOPHE IPHOYISA NGECALA LOKUBULALA NOKUZAMA UKUBULALA.
Uphiko lweIPID selubophe elinye phoyisa ngezinsolo zamacala amabili okubulala kanye namathathu okuzama ukubulala. UConstable Checha Doctor…
BAVELE ENKANTOLO ABATHOLAKALE NEZIMBAMU EZINGEKHO EMTHETHWENI.
Amaphoyisa aseKapa asebenza kanzima ukuqeda ubugebengu obubhidlangile emalokishini aseKapa,ngoba izigebengu zigijima nezikhali emgwaqeni. Lowomsebenzi wamaphoyisa aziwa…