USEGWETSHIWE UMLISA OBEBEKWE AMACALA AWU148 OKUDLWENGULA, UKUTHUMBA NOKWEBA.

Usegwetshiwe umlisa wasekuRhuleni esifundanzwemi saseGauteng kulandela uchungechunge lwamacala abethwese wona kubalwa elokunukubeza ngokoncanci okuhlanganisa nezingane ezincane…

ISAHLALELE OVALWENI IMINDENI YABAHLASELWE ELUSIKISIKI,EC.

Isahlalele ovalweni imindeni emibili eyizihlobo ngoba zingakabanjwa izigebengu ezafika ngeSabatha ezintathakusa ngezikhathi zehora lesibili ekuseni zafike…

kkkkkk

Kushone abathathu ngesikhathi kunokudubulana phakathi kwamaphoyisa nezinkampani zonogada nezigebengu,ezisolwa ngokuduna izimoto eMlazi okuyilokishi eliseNingizimu yeThekhu. Lapho…

KUSULE OSEMNKANTSHUBOMVU KWINFP EMVA KOKUTHI IQEMBU LAKHE LITHI LIZOSEBENZA NEDA KANYE NEANC.

Umnumzane Canaan Mdletshe,owayesekwe njengonobhala kolunye uhlangothi khona eqembini leNFP noyisikhulu esiphezulu kuleliqembu. UNgomane uke wasebenza njengesikhulumeli…

AMAPHOYISA ASEDUBE ABULALA ABASOLWA ABANE EHARDING.

Sekudutshulwe kwabulawa abasolwa abane lapho okubekhona ukudubulala phakathi kwamaphoyisa nazo lezigebengu. Izinhlaka zamaphoyisa ezinhlobonhlobo bezihlangene okubalwa…

KUQOPHEKE UMLANDO ESIZWENI SAKWAZULU NEBANDLA LAMANAZARETHA.

Kube impelasonto enkulu izolo esifundazwe saKwaZulu-Natal kalandela ukuthi kuqopheke umlando ongakaze wenzeke eNingizimu Afrika nasesizweni samaZulu,…

UMNYANGO WEZEMPILO UXWAYISA ABANTU NGOTWAYI LWEZINKAWU.

Kuxwayiswa abantu basesifundazweni saKwaZulu-Natal ukuba beqaphele ngesifo sotwayi lwezinkawu esesiqubukile. Kutholakale abesilisa ababili esibhedlela sikahulumeni eThekweni…

SEBEKHALELWE AMASONGO KASGONYELA ABAYISIKHOMBISA KWELOKUKHWABANISA IZIGIDI EZIYISTHUPHA (R6MILLION) KWASARS.

kubasolwa abafunwa uthuli uphiko lwamaphoyisa oluphenya amacala abucayi elaziwa ngoklebe(hawks),sekubanjwe kwaboshwa abayisikhombisa kulelo thimba. Labasolwa babandakanyeka…

IQEMBU LOMKHONTO WESIZWE SELIBHALE INCWADI NGOKUCACISA ISIMO SABO NGEPHALAMENDE.

Iqembu loMkhonto Wesizwe selikhiphe incwadi ebhalwe umxhumanisi weqembu nabezindaba umnumzane Nhlamulo Ndlela. Kulencwadi iqembu licacisa ukuthi…

SEKUBOSHWE UMDODOVU WEKHEHLWA OQALA AMAKHADI ABANTU KUMA ATM.

Umkhulu oneminyaka engamashumi ayisithupha nanye(61) ubudala uboshiwe, ngochungechunge lwamacala okuqola amakhadi abantu asemabhange kuma ATM. Ubanjwe…