Sekushone umsolwa oyedwa bedubulana namaphoyisa

Ezihambaphambili| Umsolwa udutshulwe wabulawa ngemuva kokujahwa amaphoyisa nethimba lonogada. Ababili abehamba nabo balimele, kanti omunye uboshiwe.…

UGWETSHIWE OWABULALA INGANE YAKHE EFUNA IMALI YOMSHWAYILENSE.

INkantolo eNkulu yaseNingizimu Afrika, e-Eastern Cape Division, eGqeberha, igwebe uShayieda Dollie (51) iminyaka engu-10 ngecala lokwakha…

UGWETSHWE 20 WEMINYAKA NGOKUDLWENGULA (ISTEPDAUGHTER).

INkantolo yesifunda yaKwaMaqoma isigwebe uSiyabonga Duma, 30, isigwebo seminyaka engu-20 ejele ngokudlwengula indodakazi yakhe yokutholwa (stepdaughter)…

ABASOLWA NGOKUQHUMISA AMA-ATM BALIMALE KANZIMA BEDUBULANA NAMAPHOYISA.

Abasolwa abahlanu abasolwa ngokuqhumisa amabhomu e-ATM balimele kabi kwathi oyedwa (1) waboshwa ngesikhathi sokudubulana neTactical Management…

ABANJWE NENYAMA AMASELA EMFUYO EMONDLO.

Amaphoyisa aseMondlo abophe abasolwa abane ngemuva kokutholakala nezidumbu zezinkomo ezine okubikwa ukuthi zebiwe esibayeni endaweni yaseMvunzini…

UYINQABILE IBHEYILI UMAMA OWADAYISA NGENGANE YAKHE.

UKeneiwe Shalaba (32) obhekene namacala okushushumbisa abantu, ukwakha itulo lokugebenga, nokunikeza amaphoyisa imininingwane engamanga usilahlile isicelo…

LIHLEHLILE ICALA LABASOLWA NGOKUBULALA UMCULI AKA.

Lihlehlile icala labalisa abahlanu abayamaniswa nokubulawa kukamnumzane Kiernan Jarred Forbes obedume kakhulu ngo-AKA, nokuyigama abekade ezibiza…

INGOZI ENYANTISA IGAZI KUN3

AbaKwaZulu Natal Private Ambulance Service baphendule engozini enkulu ku-N3 ngaseChatterton offramp ngaseMgungundlovu namhlanje ekuseni. Ngesikhathi befika…

IJAZI SELIGCWALE UMOYA KUMQEQESHI WERICHARDS BAY UNITED.

Lesi sinqumo siza ngemuva kokuhlulwa yiKaizer Chiefs ngo 2-1 emdlalweni weBetway Premiership ngoLwesithathu, okungezelele emzabalazweni wakamuva…

IMEYA YASENELSON MANDELA BAY ISIMUKELE ISNQUBO SENKANTOLO.

IMeya kaMasipala waseNelson Mandela Bay uBabalwa Lobishe usamukele isinqumo seNkantolo enkulu yaseGqeberha, esigunyaza ukukhishwa kwabantu abangekho…