IBAFANA BAFANA ISINGENILE KWI AFCON

Iqembu likanobhutshuzwayo lakuleli laseNingizimu Africa (Bafana Bafana) isingenile emaqenjini azokwazi ukudlala umqhudelwano wamazwe ase-Africa owaziwa nge-AFCON…

UKHOZA UBUYELE EKUBENI USIHLALO WEPSL IHLANDLA LESTHUPHA.

USihlalo weOrlando Pirates FC uDokotela Irvin Khoza uphinde wabuyela esikhundleni sakhe sokuba nguSihlalo kwiPSL lapho abephakamiswe…

UPHUME NGEBHEYILI UMONGAMELI WESAFA

UMongameli wesigungu esingamele ibhola likanobhutshuzwayo kulelizwe esaziwa ngeSouth African Football Association okuyi SAFA ngamafuphi, uMnumzane Danny…

IJAZI SELIGCWALE UMOYA KUMQEQESHI WEMAN UNITED.

Umqeqeshi weqembu laseNgilandi iManchester United usekhonjwe indlela emva kokungenzi neze kahle kuleliqembu. Lensizwa engeyokudabuka ezweni lamaDashi…

AMAKHOSI AVUTHA ENGABASELWE

Iqembu leKaizer Chiefs FC liyiqale ngegiya eliphezulu indebe yeCarling Black LabelCup ngoba livule umdlalo walo wokuqala…

IMIDLALO YESIGABA SE16 YECARLING BLACK LABEL CUP.

Ompetha bangonyaka odlule badlale kahle izolo ngolwesihlanu kusihlwa ngoba bekwaze ukushaya AmaZulu FC ekuhambeni. IStellenboch FC…

AMAZULU AKHISHWE ESIBAYENI SAWO.

Emdlalweni wendeba yeCarling Black Label, yesgaba sokuqala lapho AmaZulu Fc bedlala neStellenboch Fc enkundleni yezemidlalo iKing…

IZINGUQUKU EZININGI KWIVODACOM BULLS EZODLALA NAMASCARLETS NAMHLANJE EBUSUKU.

Umakadebona wehuka u-Akker van der Merwe uhola iVodacom Bulls eqala i-XV enezinguquko eziyisishiyagalombili ukuze ibhekane namaScarlets…

ZIYANYUKA IZIKHALAZO NGONOMPEMPE BAKULELI.

Sekusuke omkhulu umsindo ezunkundleni zokuxhumana kubathandi bezemidlalo bakuleli laseNingizimu Afrika kulandela ukungenami ngezinqumo zikanompempe obedlalisa umdlalo…

ORLANDO PIRATES ISIQOPHE UMLANDO KWIMTN TOP 8.

Seliqophe umlando iqembu leOrlando Pirates Fc ngokunqoba umqhudelwano weMTN Top 8 amahlandla amathuthu kulandelana, lokho akulenza…