UNgqongqoshe wezokubambisana kwamazwe useveze ukusabela ukuphepha kwempilo yakhe kanye neyomndeni wakhe akusola izingede zakwaIsrayeli,ngokumsendela amagama ayiziswani…
Author: Inkezo kaZulu
PSL IMISE YONKE IMIDLALO OBEKUMELE IDLALE PHAKATHI NESONTO
Bekulindeleke ukuthi ibuyele namhlanje imidlalo yakuleli yesigaba esipgezulu PSL emva kokuthatha ikhefu ngenxa yomqhudelwano wamazwe eAfrica…
ODOKOTELA BAKULELI ABANGASEBENZI BAVELE BAGCWALA UMGWAQO EMGUNGUNDLOVU BEHAMBISA IZIKHALO ZABO
Izinkumbi zoDokotela bakuleli abangasebenzi balibangise eMgungundlovu ukuyozwakalisa ilaka lawo emnyangweni wezempilo wakulesifundaze ngokunganikwa imisebenzi bebe befunde…
UNOZINTI WEBAFANA BAFANA UHLOMULE NGENDONDO YOKUBA UNIZINTI OVELELE EMNCINTISWANENI.
URonwen Zameyokuza Williams ongunozinti weBafana Bafana aphinde abe ngukabteni wayo usehlabane ngendondo yokuba unozinti ovelele umncintiswano…
UMQEQESHI WEBAFANA BAFANA USEPHEFUMULILE NGEKUSASA LAKHE EQEMBINI LESIZWE.
Umqeqeshi weBafana Bafana useqinesekile ngekusasa lakhe ukuthi limiphi eqenjini lesizwe lakuleli emva kokuthi iqembu lakhe lenze…
INKANI YECHUNU IYSEBENZELE NGOBA LITHE LIYOZILAHLA KUNINA ABANTU BESE BENGANGEZIMPETHU ZENDLOVU EMCIMBINI WAKHE.
Umcimbi weChunu uqale ngezihibe ekuseni ngoba uthe uyalunga ukuhlelela umcimbi zavele zatheleka ezakwadalawane zahliphiza yonke into…
AMAPHOYISA ASEQOQISE UNGIZWE MCHUNU AMASAKANA AKHE ONKE EPAKI IGUGU DLAMINI KULANDELA UKUTHI ICHUNU LIMEMEZELE NGOMCIMBI WALO.
Owayengumsakazi wakwaSABC esteshini uKhozi FM uNgizwe Mlando Mchunu odube ngelikaMongameli wamaBhinca jikelele ubehlele umcimbi wokuvula unyaka…
IBIVELE ENKANTOLO IZOLO INKABI ESENCANE ESOLWA NGOKUQOTHA ABAMATEKISI
Amaphoyisa akwaZulu-Natal asekwazile ukubopha inkabi esolwa namacala okuqotha abantu abahlanu ngenhlamvu kanye nababili abasinda ngokulambisa mzukwana…
IZIMVO ZAMANYE AMAQEMBU NGENKULUMO KAMONGAMELI CYRIL RAMAPHOSA KWI SONA 2024
Kuhlukene imibono emaqenjini ezepolitiki akuleli mayelana nenkulumo kamongameli wezwe lakuleli obuye abe ngumungameli weqembu lika ANC…
INSIZWA YASEMZANSI ZIYIHAMBELA KAHLE EMAZWENI.
Insizwa engusomahlaya,iphinde ibe umethuli wezinhlelo kumabonakude uTrevor Noah oneminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalolunye 39 yalana eNingizimu Africa…